Ngesayensi

Igama lesayensi le-Intuma ngu-Solanum aculeastrum, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"poison apple" noma i-"goat apple". Lesi isihlahlana esingowomndeni wezitshalo i-Solanaceae (umndeni we-tomato ne-potato), esitholakala e-Afrika.

Isexwayiso: Izithelo zalesi sihlahla zinobuthi uma zidliwa, ngakho akufanele zisetshenziswe ngaphandle kolwazi olufanele lokwelapha ngendlela yesintu.

Intuma umuthi wenzani

Intuma Iyachatha, iyangena emthini ye business. Ayisondezwa emlomeni iyabulala. Iyangena emthini wokuvikeleka, iyafakwa nasesikhwameni. Uyathoba ngayo uma unomeqo ezinyaweni. Izimpande zayo ziyachatha uma ufuna abantwana. Iyangena emithini yokuvusa imizwa. Kunomahluko phakathi komthuma nentuma.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 



Video efundisa ngemithi yonke